Umabhebhana ekhaya
Amanda 5
Kuthe lapho ebona ngiphenduka ngibheka ngakuye lo omi ngasemnyango womkhukhu wami....kuvele kube ima ngimbona futhi ngizwa ekokota esicabheni. Lapho ukwenza nje lokho angazi ukuthi ubese enesikhathi esingakanani emi lapho phambi komnyango esibuka. Kodwa futhi nginesiqiniseko sokuthi ubone konke ebesikwenza. Yize ke isenzo sakhe sokuvele asibuke udede singethusile...kangangoba ngivele ngethuka ngasukuma ngagelekeqeka ngithi ngiphuthuma ukuyovala umnyango. Lapho ngisukuma ngokushesha ngiphendukela ngakuye...ngibe..ngimkhomba ngayo inhlokohlela yomthondo oqhanyelwe ngamandla osuze waqhasha imithambo okungathi uzoqhuma usakazeke. Ikhinqi leli liyacwebezela amafutha engquza ehlangene namafutha omthondo...ingani.ngiwubhoncule ekujuleni kwengquza sengiwuzwa usulokhu u jekisha kungathi uyaphakama usuzama ukulungiselela ukuphuma kwama spemz. Ngiqhasha nje ngiphakama embhedeni...amehlo ungathi awasaboni nakahle...phela akudlali ukuqhanyelwa kuvala ingqondo kuze kuyovala namehlo imbala.
Kodwa ngenxa yokuphenduka ngiphakame ngokushesha ngiphuthuma ngasemnyango...kube ima ngibona ukuthi...u Jabulile lo ingane ka bamncane efunda e Maritzburg...boarding school. Ngithi lapho ngiwubamba umnyango ngizama ukuwuvala...ngihlangane namehlo akhe ebuka lomthondo oqhanyelwe okungathi owohlanya. Kube ima ethuka naye evele ephenduka engifulathela....ebamba ubuso okungathi uyazifihla noma uyakhala....ekhamisile.
Sori!....sori!..bhuti...oh...nkosiyam...sori....be....bengithi...ngiyaaaa...sori....weeehhh!...athathe izinyawo esengifulathele ebheke ngasendlini enkulu.
Kuvele kube sengathi kuphela amandla namazwi engi gawasho manje nami kuye.....ngizwakale sengithi....Jabulile!...eish...lapho ngisho nje sengimane ngasibuyisela kancane isivalo ngimi ngasemuva kwaso ngivele ngekhanda ngiyambuka ngankathi ethatha amagxathu amabili eyokwencika ngobonda lwendlu enkulu ekhoneni...esalokhu ekhamisile ezimboze ubuso.
Mangiphenduka u Amanda usevele waphaka embhedeni naye wazokuma lapha emuva kwami...kwasa kucasha...ezwakale esthi....oohh...my gosh...that was so weird. Usho nje uselokhu ehla enyuka la ngemuva kwami entanta ebuye abambelele ekhanda okungathi ushiywa zingqondo.
Ngigobe ngicoshe i trunk yami khona lapho ngezansi kombhede wami...ebeseyikhahleleke yaze yayophuma emaqakaleni qede yaphusheka yawela phansi. Ngenkathi ngigoba ngimuzwe u Amanda ekhuluma kuzwala ukuthi wethukile....what what was that????...
Ngiphakama nje ngisathi ngizama ukumchazela ukuthi u Jabulile lo ingane kabamncane....abe esevele wavula isivalo lesi ebengisivalile....ngimbone ephuma eshesha eyophuma nge gate....uyahamba.
Amanda....Amanda...yimi lowo sengimlandela ngimbiza...avele amane aphakamise isandla okungathi uyangithulisa engangibuki nakungibuka...asheshe...uqonde ngakubo.
Khona lapho ngisathi ngiyamlandela kuvele kufike into okungathi iyangikhuza ithi..."hhhaiiboo....ungayilandela kanjani lentombaze ube wazi kahle kamhlophe ukuthi ebenikwenza benikuntshontsha....uma ubonwa abantu la ulandela ingane yakubo kwa ntombi yakho ugqoke isikhindi sodwa ngenhla ungagqokile uzothini?"
Ngivele ngiphenduke ngibuyele ngasekhoneni lendlu lapho u Jabulile aye wayosithela khona. Umjuluko usuthanda ukushaywa umoya....nomthondo sekuvele kwaba sengathi uyaphoxeka....wamane wabuna.
Jabu....kodwa ungenzani sisi....eishhh....lapho noma ngizwa khona ukuthi nginokucasuka ikakhulukazi njengoba no Amanda esevele washaya isishwapha sakhe nje....kodwa kuthi uma ngimbuka umaqinase kabamncane owu Jabulile...engibuka ngokwethuka engintshontsha ngamehlo ngimane ngifikelwe ukuhleka.
Ngiyizwe ingiphatha ngamandla insini....ngehluleke ukubekezela ngivele ngiphubuke ngihleke kakhulu...lapho ngilokhu ngimi ngasekhoneni ngiyambuka u Jabu..
Ngithi ngiyambona naye useyoma insini...uhleka nje kodwa ungathi uzama ukufihla ukuthi uyahleka...ulokhu engishalazisela amehlo.
Sihleke sobabili lapho aze ahlale phansi...azemboze ubuso ....sengilokhu ngibona ngamahlombe nje elokhu ehla enyuka ukuthi womile insini.
Jabu anosho...kayise uma nizofika....ngelinye ilanga niyohlanga nezimbila zithutha...yimi lowo ngisho nami ngilokhu ngihleke njalo.
Angithi jeqe ngehlo esalokhu ehlezi phansi khona lapho eduze nendlu...qede athi...hhhhawu!...kodwa bhuti...tyoooo...asho futhi abe ehleka naye....amehlo esegcwele izinyembezi ngenxa yokuhleka.
Kuthi emuva kwesikhashana kube ima ngimbuza ukuthi...ubekwa yini la...ezoze abone izinto ezingafanele nje?
Hawu!...bhuti ingani ngangikucelile nje ukuthi ngicela ungilungise i dreadlock yami...wathi wena angofika namhlanje!...ubusukhohliwe yini?
Waaa....mncfnm...bese ngiyilibele yonke leyonto mina...uyazi.
Cha phela bhuti kulungile uma kuwukuthi ngiyakuphazamisa ngingahamba sibuye sihlele olunye usuku ozoba rite ngalo....nami ngiyazibonela isimo...asho ngokunganaki nje.
Aaiboo!...suka wena la ingani inyamazane yami uyethusile...woza siye endlini yami...ukuze sisheshe siqede ngoba ngiyangena late espanini.
Singene emkhukhwini wami ngibe ngithi ukulungisa umbhede lo obusuyinsapha nsapha izingubo zidonsekile.
Athi u Jabulile uma engena ngimuzwe ethi...tyooo aaiii...lendlu iyazibona izimanga...inkosi impela abe ehlala phansi esitulweni esikhona la endlini esisodwa...ngimbone ewuqalaza umkhukhu wami okungathi uyaqala ukungena kuwo. Aiii kodwa bhuti!...ukhona tyooo..aaai! uye lowo ebabaza engangibuki elokhu engincisha amehlo.
Ngingake ngimnake ngimane ngiphume ngiqonde endlini enkulu...ngithi lapho sengizongena ngimemeze...Jabulile ungazozithelela i juice uma uthanda ...ngisayo shaya amanzi mina. Ngibe ngingena eshaweni ngivulela amanzi abandayo...ngiziphonse kuwo ....njengoba ngisaseshaweni nje ngiwezwa ama glasi ekhala okusho ukuthi uzwile uma ngimemeza ngithi akazothela i juice. Isimanga ke esenzekayo.... ukuthi njengoba ngigeza nje... githi lapho uma ngithinta umthondo wami ngiwugeza....uvele uvuke same time....ingani nasengqondweni yami ngisalokhu ngicabanga lokhu ebesikwenza no Amanda. Ngilizwe kungathi liyabopha isende...kufike into ethi angimane ngishaye indlwabe ngifinyise ikhehla...kodwa ngibuye ngicabange ukuthi ngizothini uma engizwa u Jabulile. Ngimane ngizame ukususa umqondo wami kulento ewubusayo.
Ngiphuma nje eshaweni usekhishini uhleli esiitulweni esisetafuleni uphuza i juice. Liyashisa ilanga kusehlobo. Ngithi lapho ngiyophuma emnyango ngihamba ngokukekela ingani angifuni abone ukuthi ngisanokuqhanyelwa....abuze....bhuti kuyiwephi lapha ekhaya...kwaba sengathi uwedwa nje?
Ngiphendule ikhanda ngibuke ngakuye...lapho ngiyamphendula...umama uvukile namhlanje waya etohweni lakhe. Abanye ke basesikoleni. Yikho lokho kuphenduka ngekhanda ...ngenkathi ngimphendula okwavele kwangenza ngafikelwa usathane onamabibane. Ingani u Jabulile...njengoba ehleli esitulweni nje...indlela ahlezi ngayo...yenza ukuthi mina njengoba ngilaphaya ngasemnyango nje ngivele ngilibone ithanga lakhe livele ngaphansi kwengubo eyi jeans engenamikhono.. enezinkinobho yonke la ngaphambili zize ziyophuma phezulu. Angikholwa ukuthi wayebona ukuthi njengoba ehlezi phansi nje lengubo yakhe iveza ithanga kuze kuyovela isibumbu esisephentini eli sky blue. Ngizwe kungathi ngiyashokheka...kumane kufike umcabango othi..angivele ngiphume la endlini ngoba uma ngilokhu ngimi la ngingaze ngibonise usisi wami amanyala sengivele ngimqhanyelwa kuqumbe kwayilelo thawula engilibhincile
Ngiphenduka nje ngiphuma emnyango...ngiyezwa ukuthi...mayee...babooo...nakhu ngizoqhanyelelwa ingane kabamncane bo. Yebo khona ukuthi ungibiza ngobhuti akusho ukuthi ingoba emncane kakhulu kimi cishe ngimshiya kancane nje.. ngina 21...mina yena una 18.
Ungimemeze ke bhuti uma usuqedile okwenzayo ngize ngalapho ke....umemeza nje vele sengiyongena emkhukhwini wami
O...K...ngisho ngingena emkhukhwini...ngibuyisela isivalo..qede ngigcobe ngifake nokunukisa kahle amakhwapha...ngifuthe okufuthwayo....ingani vele angeke ngisaqala phansi ngigeze uma ngiqeda ukwenza ikhanda lika Jabulile.... kodwa ngizovele ngimane ngigqoke ngiphume ngiye emsebenzini.
Ngimbize angene vele isitulo sengisilungisele ukuthi afike ahlale ngalendlela yokuthi ngikwazi ukwenza lokhu okumele ngikwenze kuye ekhanda.... giqede.
Ahlale ngimqale ngasemuva...ngimphotha izinwele....khona akukubi kangako...i dreadlock yakhe yinhle futhi ikhomba ukunakekelwa.Njengoba ngilokhu ngimbamba bamba ekhanda ngibuye ngizombamba nasemqaleni...ngizwe ukuthamba nokushelela kamnandi kwesikhumba sakhe ezandleni zami....ngizwe ukuthi...lokhu esengikwenza manje akusahambi kodwa...kepha sekumane kwagcwala inkohlakalo emqondweni wami ngenye indlela. Njengoba ngibuye ngimbambe kube sengathi ngiyamqethula nje...kuvele kube sengathi ingilosi embi kasathane isimane yangena yagcwala indlu..ikakhulukazi njengoba naye indlela ahleli ngayo esitulweni ebeke izandla zakhe phezu kwamathanga akhe...mina ngingemuva kwakhe ngisondele la kuye ngasemhlane...izindololwane zakhe zilokhu zingithinta kamnanjana la phakathi kwamathanga...ngize ngizwe kuyothinteka nomthondo ovele ugcwele ulaka lokuqhanyelwa njengoba uphazamiseke usuzochama...
Kuthi lapho eqethuka ngimbamba emqaleni ngasemadlebeni...ivele imane iqaqeke inkinobho emaqondana nesibumbu...yengubo yenziwa indlela ahleli ngayo esitulweni eyenza kube nokudonseka okubanvelwa ama hips akhe..lapho akaboni ubheke phezu amehlo uwavalile okungathi unanela lokhu engimenza khona ekhanda....nami sengimphotha kwasa kumromensa manje...ingani vele ikhanda lami seligcwele ukukhohlakala...kokuhalela amathanga ka Jabulile. Yebo khona ngiyazazi ukuthi nginesineke ezandleni...uma umuntu ngike ngamphatha ngazo ikakhulukazi ikhanda angeke angafikelwa isithongwana esithile....kodwa kulokhu indlela esengimqethukisa ngakhona sengivele ngithokoziswa yikho lokhu kulokhu kuthinteka umthondo wami.....engingazi ke noma unakile yini yena ukuthi...usethinta ugodo olushisayo oluqinile....kanti nakho ukuwasha amehlo ngesibumbu esilokhu sivela siqumbe ephentini sekungithokozisa kabi.
Sengiyalibuka manje i darky lasekhaya lisho ngomlomo onezindebe eziwugqinsi...nekhala lakhe leli elikhulu...kuvele kube sengathi selimfanela kakhudlwana ke manje...ngethuke sekuthi angivele ngigobele kuye ngimqabule khona manje...kepha ngimane ngishaywe uvadlwana...ithi into kimj what if akekho nhlobo kulomdlalo esengiwudlala manje...ngingayini uJabulile esekhala ubumaye maye ethi ngiyamdlwengula....ngivele ngimane ngizikhuze....kodwa ngingakuyeki lokhu engizwayo ukuthi kuyangisebenzela. Kanti nalobuswana bakhe obuyindilingana buhambelana kamnandi kanjani nesakhiwo somzimba wakhe oyisidudlana nje esikahle...lokho kwenze ukuthi izihlathi zigcwale ngendlela elungele yena. Yebo akamuhle u Jabulile ungumuntu nje...kepha uma usufikelwe ilemizwa esengiyizwa manje ngaye...plus ngibuye ngizobona ukuqumba kwephenti lakhe ligcwele isibumbu phakathi kwamanga angavalekile kahle...isho into kimi ithi...hlaba mfana udle usiyolithetha ligcwele. Njengoba ngimi phezu kwakhe nje...ngiyawabuka amabele akhe amakhulu....evele cishe uhafu wonke wawo..laphaya esifubeni...kusala kancane nje ukuthi ngize ngibone izingono zawo...sekusiza u bra ndini lo awufakile...ingani nalengubo yakhe ivele yakhiwe okungathi yayivele i designwe ngenhloso yokuthi iveze ikliveji.
Asikho isimo esi powerful njengokuqhanyelwa...kukhala kwemuke nokucabanga okuphusile asale lowo osekumpethe enza izinto angeke akwazi ukuvele azenze nje uma engenalutho. Ngithi uma ngimdonsa ngimdonsela kimi okungathi ngiyamcikisa kakhudlwana kuwo umthondo...osuqumbe ethawuleni leli engilibhincile...ngimbone enyakaza kancane...kulokho kunyakaza kwakhe ngimuzwe elivula kancane ikhwapha lakhe....uvele ungene kulo umthondo...athi lapho ezama ukuwuvalela ngengalo kusho khona ukuthi akwenzeki kahle ingani ithawula liwumbozile. Akawavulile njalo amehlo...usalokhu eqethukisile ikhanda engangibuki...futhi nalokhu akwenzayo wenza sengathi kube iphutha nje ubengaqondile ukukwenza...kodwa eqinisweni njengoba nami ngizwa ukuthi sengimphusha ngalo uholokoqo lomthondo ngeke kube yena akaluzwa.
Ngiyizwe igubhazela inhliziyo kimi...izandla zivele zimfome umjuluko omncane...ngizizwe ziqhaqhazela. Yiso ke leso simo okwavele kwaba sengathi semuka nayo yonke ingqondo yami....ngivele ngimane ngiliphenye ithawula ngesinye isandla..okungathi kwenzeke iphutha...luvele luhlale obala ubhokobhoko...lwami lapho selulokhu lupaquza kancane luqhashe imithambo....vele akusekho ukubuyela emuva manje...lento engiyenzayo ayivele ihlale obala...sekuyobonakala kuqoqwa ukuthi izala nkomoni. Ngiluphenye maqede ngiphinde ngizokwencika ngawo la phakathi kwengalo nomzimba wakhe u Jabulile...ngimuzwe ezandleni zami kungathi uyazelula...qede awathi qhwayi..qhwayi amehlo akhe...okungathi uyangibuka..ngokunamahlonyana..aphinde awavale futhi...ngimbone evula umlomo okungathi ukhamisela ukuphuza okuthile..lapho.abe ewavala amathanga ewaqinisa.
Mina sengivele ngazehlisa izandla ngizisusa emqaleni ngazombamba ngazo zombili phakathi kwamabele...okungathi ngizifaka phakathi kwawo..ngivele ngemuva. Ngizwe ngezandla zakhe sezizobamba izingalo zami...ngicabange ukuthi ufuna ukungisusa...kodwa zivele zithi uma zifika phezu kwezingalo zami....ngimuzwe engiphulula kancane naye....kube ima ngizwa ukuthi nezakhe izandla ziyamfoma umjuluko.
Esengikwenza manje...sengimbrasha amabele isandla bese kuthi esinye ngibe ngimphulula emqaleni...nasebusweni. Akasaliqethulile ikhanda manje...kodwa uselokhu enanela lokhu engimenza khona ngokulomkhu eliphakamisa ikhanda lakhe lapho isandla sami sihamba khona. Umthondo usuvele wamane wazishibilikela wangena phakathi..kwengalo nomzimba..ngasekhwapheni...ingani usuvele umanzi wenziwa amafutha okuqhanyelwa...ngizwe kunokushisa kamnandi lapho eduze nekhwapha ...ngizithole sengiwuphusha kwasa kufenda.....ngimbone eliphendula ikhanda ebuka la ngasekhwapheni lakhe...okungathi ufuna ukuwubona uma usuphuma ngaphambili eduze kwebele. Ngimbone eyobayoba...kungathi umuntu ophethwe into ethile la esifubeni okungathi angayiphalaza khona manje...lapho uselokhu ekhamisile...abuye athi ukuzozikhotha izindebe ngingazi noma ingoba sezizwela ukoma yini...ngimbone eluma udebe lwangezansi...amathanga abekade ewahlanganisile wawaqinisa ngiwabone evuleka laphaya phansi esitulweni ahleli kuso.
Angitshelwanga muntu...ukuthi angimphuthume ngiyomthinta ingquza.....ngivele ngigobele kuye ngiye ngiyosifaka phakathi kwamathanga isandla sami....kube sengathi ngisibamba ngqi...isibumbu ngigaslokhu ngivele ngaphezulu kwakhe u Jabulile....ngimuzwe ethi....aaa....uuuhhh...asho kube sengathi umuka namanzi.
Njengoba ngisifaka isandla nje phakathi kwamathanga ...ngimuzwe engivulela...ethi ukuwahlekeza....kakhudlwana....kube ilapho ngizwa khona ukuthi...mmm...isimanzi iyaxathuka ingquza....sekuze kwaba manzi iphenti uqobo lwalo.
Njengoba ewahlekeza nje amathanga...ngiwuzwe uqhotho uqhoshe ephentini... ngithi lapho...ngiwuthinta ngiimuzwe ethi....uuuhhh....aaa...bbhu...bhuuutiii....asho lapho naye uselokhu engipuraza umzimba lo wami....engibamba engiqinisa abuye angidedele.
Okuwumthondo sekuvele kwaphunyuluka kwaphuma manje ekhwapheni lika Jabulile...ingani nami...sengivele ngaqondana ngqo nengquza manje.
Ukuthi ithawula laqaqeka nini esinqeni sami angazi...kodwa ngilizwe seliyowela phansi lapho kade ngimi khona...okuyisiqopholozi sami sekuvele kwaqhanyelwa kwabheka izulu....kube sengathi ngiyinhlamvu ngiqonda emnyango ngiyowuvala...phala ngiyawazi lo owami uma uzowuvala ngokunganaki ungazithola usuyi tv ebantwini abazidlulela ngendlela ...ngoba uyazivulekela ...ufuna ukuthi wenze sure ukuthi uwuvalisisile. Cabanga ke ihlazo sesibukwa abantu sidlana nodadewethu...yize khona bengamazi kahle la endaweni ngoba isikhathi esiningi uhlala le ebording school emaritzburg kanti futhi uma ukusuka kwabamncane uza lapha ekhaya kuqhelelene.. So ongathuka ezithela phezu kwethu sibhebhana kepha engamazi u Jabulile angazitshela ukuthi ngizibhebhela intombi yami. Inkinga isingaqala uma kufika omunye walapha ekhaya ngoba ke uyaziwa phela sizihlobo.
Kodwa ke akusekho nami engingakwenza u Jabu ungifice kabi ngisathi ngiyazithokozisa ngo Amanda wamethusa wahamba engishiya ngisaqhanyelwe masimba....so kumele ke azithwale izono zakhe....vele khona lento ayinasihlobo...ngiyamudla kwaphela ke manje naye phela unengquza.
Ngithe ngibuya kovala isivalo...ngabe vele sengizishwampuzela nje ngishaya ngesudi yesele...umthondo kuyiwo okhomba indlela lapho ingakhona...kuleso simo ke lomthondo ndini wabe usukhomba u Jabulile...naye osehleli lapbaya esitulweni kuhle komuntu o kidnapephiwe ongenandlela yokunyakaza...engibuka ngamehlo agcwele ukulangazelela...kepha futhi umbona ukuthi nonembeza kuye usakhuluma. Kuphi ke ngoba uma isibaba ingquza uqhotho ulobiza ekubona ukuthokoza kwakhe kuphambi kwakhe....nakuye unembeza uwugudlusela le eceleni...lokho kwavele kwazicacela ngokuthi...ngithi lapho ngisondela kuye...avele abe ewuhlangabeza ngezandla umthondo wami lo owabe usuvele uqondene nobuso bakhe. Awunqakise okuku goalkeeper...ebamba ishodi lika Nomvethe...abe ewuphonsa kulezo zindebe eziwugqinsi...ewuhlangabeza ngolimi...elikhotha ikhinqi ulimi lwenza umsebenzi walo kuhle kwenyoka. Ngizwe kubaba izinzwane...kuthi angimemeze ...ingqondo ivele i jeme...ngizithole sengiyisinkonkonko...ngimi phambi kuka dadewethu engibusisa ngolimi nangzindebe. Tyooo!...uyalushaya ulimi umntaka bamncane uyezwa...lapho uwukhotha umthondo ngesineke...ngithi ngiyambuka ulihlohloloza kulembobo ekulo ikhinqi....ngizwe kuduma amadlebe kimi.
Ngezandla zakhe akawuyekile njalo uselokhu ezehlisa ezenyusa kuwo umthondo...kamnandi engishayisa indlwabe. Abuye awuphonse wonke emlonyeni ngiwuzwe usugudla amazinyo...ngehluleke ukubekezela...ngizithole sengiquma...ehmmm....aahhhh...eeishh...lapho sengilokhu ngiqethula ikhanda ngibheka phezulu...ngingabe sazi noma ingoba ngifuna ukubonga umdali ngokwenza into emnandi so...awuhlohle u Jabu umthondo emlonyeni kube sengathi uthi...jaaah...vele kade ngikuhalela...lapho lezi zindebe zakhe eziwugqinsi ungathi zidalelwe khona lokho...uwumunca ngike ngimbone kubaqaka lezozihlathikazi ezinkulu....angithi qwebu ngamehlo...amhlophe...ulwa nekhinqi...alimunca njengo ice cream...ake adile nalo nje lodwa okungathi uyazi ukuthi ilapho iinjabulo yami ilele khona. Kube sengathi uyangiqedela lapho eselokhu engipotoza amasende...ewamfonyoza kamnandi ngesinye isandla elokhu eqhubekile nokungishayisa indlwabe. Oohhh...Jabu...Jabuhhh...awiiihhh...lapho nami angizenzi ngixakwa ikhono elingaka kudadewethu ukuthi ilithathaphi. Ngithi ngiyezwa mayeee...baaaabooo...usemane wavele washo ukugaxa isende uqobo lwalo emlonyeni...ngizwe kushisa kamnandi kuthi angigide.
Sengimane ngimbambile ekhanda nje...okungathi ngiyamlekelela...ngokulokhu ngilidonsa bese kuthi ngesinqa ngifende ngifenda umlomo wakhe...kodwa okusalayo uyayayazi into ayenzayo uJabu...uthi uma ewususa umlomo wakhe esendeni...ngimbone ekhuphuka nawo umthondo ewumunca kulomthambo omkhulu...akhuphuke aze ayofika phezulu ekhinqini. Qede lapho alushaye ulimi eludlalisa phezu kwekhinqi...kuze kube sengathi useqonde ukungichamisa okwangempela ke manje. ....eeeissshh...uhhhh...emmmhhh...sssss...lapho sengizwa umzimba uthuthumela wonke...kube sengathi...kukhona ongithela ngamanzi abandayo...ngiwuzwe wethuka umzimba.....isende ngilizwe lidonseka kukitaza le ekuqaleni komthambo omkhulu womthondo....kube sengathi ngizowa phansi...ngiwezwe amadolo exega...lapho ngimbone engithi laphalazi ngamehlwana okungathi akathandi ukubuka u Jabu....abe eqhubeka nokungishayisa indlwabe ...usekwenza athande ukushesha manje ungathi uyabona ukuthi..ubhuti wakhe usefuna ukuhluleka....nolimi ungathi lixabene nekhinqi.....kuvele kuthi lapho ewuphonsa phakathi umthondo ungena ucishe uphelele emlonyeni wakhe....ngivele ngizwe ukuthi....sssshiiid....ngyachaaaaama ke manje....ngizithole sengimbiza....babyyyy...baabyyyy...oohhh...shiiid...ooooohhh..fuckkkk...lapho nami sengehluleka ukuzenzisa sengiwufenda umlomo wakhe engathi ngiwu Theo we Mafikizolo...ngimbambe ngqi ekhanda...ngiyamfenda...ngenxa yokufenda okunamandla esengikwenza ngifenda umthondo wami usemlonyeni...ngimuzwe egonyuluka kungathi ufuna ukuphalaza khona lapho...ingani sengiwuphusha ngamandla uze uyofika le ekugcineni komlomo.
Uthe lapho ewukhipha ngokushesha ebaleleka ukuphalaza ...wabe esevele e late....ngiwabone ephuma eqhasha amaspemz....awakhamisele....amanye amthele ebusweni...ngimbone ewalanda ngolimi..ewakhotha...lapho sengiqinelene mina ngibheke phezulu....ngilokhu ngilibuyisa kancane ikhanda...ngimbuke...eqhubeka nokukhotha ikhinqi eseli sensitiv...ngenye indlela nalo manje. Njengoba elokhu elikhotha nje lona lichama....sekuyazishokokela kimi...aweeeehhh...maaaahhh....aweeee...sssss....sssshhuuuu...alibambe isende kube sengathi ulikhama wonke amaspemz abesasalele kulo....ngiqhaqhazele....lapho kuhle komhlanga...
Kuye kuye kube ngcono...ngithi ngiyambuka usemhlophe ama spemz ubuso bonke amanye aze ayomthela nasemabeleni. Amathanga usewavule wonke engifake phakathi kwawo...okuyingubo akugqokile sekumane kwazihlehlela...kwakhuphuka kwayo hlala esinqeni...iphenti limanzi xo...ngilibuka ngamehlo..
Abone ukuthi useyidlalile indima yakhe...ngimuzwe engidonsa ngawo umthondo engishonisa phansi efuna ngehle ngize ngiyoguqa phambi kwakhe phakathi kwamathanga asewahlekeze wonke sekumane kusele ingquza equmbe ephentini...iyisidimfilizana phambi kwami....ngizwe kungathi kufika amandla amasha sengiyibona indiviliza yasekhaya ihlekeziwe phambi kwami.....
Kodwa bakithi usho ukuthi sengingayikhotha ngempela ingquza kadadewethu????,
Comments
Post a Comment