Ejalidilini 4
Ejalidilini 4 Ithi ingabankulu ingabe isazekeka!!!!! Futhi ukufeba kuza nemikhuba ehambisana nemigilingwane eyisimanga!!!!! Omunye umuntu angeke akholwe ukuthi yimi lo eseze azinikele ngokuya emsebenzini kube kuwusuku lwami lokuphumula???? Ingani ngizisole sengihambile ngagoduka njengenhlala yenza ngezinsuku zami zokuphumula. Kanti angibuzanga elangeni....izongenza into ingenze ingisheshise... ingihluphe ubusuku bonke. Ngilale ngingalele ngizicabangela uMandla. Eyiiii! Wayenza indaba u Mandla! Yazi angikaze ngiwuzwe ukhathele kanje umzimba wami nangelilodwa ilanga. Amalungu nezicubu zomzimba kubuhlungu konke....kunzima ngisho ukunyakaza kodwa lokhu. Lapho ingquza ngiyizwa ilokhu ifuthe njalo... kungathi ishaya ama stop light....ngizwe kuxega isingezansi. Lapho emqondweni ungathi ngizosangana....ingani akukho engikucabangayo ngaphandle kwalemikhuba ebengiyigilwa u Mandla. Kunesikhathi lapho bengize ngizithole sengimi kuhle komuntu ohanjelwe ingqondo....lapho kuduma uMandla nje engqond...